Ujoshuwa 3:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, basuka eShithimi, bafika eJordani, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli, balala khona ebusuku bengakaweli.

2. Kwathi emva kwezinsuku ezintathu izinduna zadabula phakathi kwekamu.*

3. Zayala abantu, zathi: “Nxa nibona umphongolo wesivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wenu nabapristi bamaLevi bewuthwala, niyakusuka endaweni yenu, niwulandele.

Ujoshuwa 3