Ujobe 9:6-11 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. ozamazamisa umhlaba usuke endaweni yawo,kuthuthumele izinsika zawo;

7. oyala ilanga lingaphumi,avalele izinkanyezi;

8. oweneka izulu yedwa,ahambe emazeni olwandle;

9. owenza iBhere,* neMpambano,nesiLimela,namaKamelo aseningizimu;*

10. owenza izinto ezinkulu ezingenakuhlolwa,yebo, izimangaliso ezingenakubalwa.

11. Bheka, uyangidlula, ngingaboni;uyagudla, ngingezwa.

Ujobe 9