12. Uma iseluhlaza, ingakakhiwa,iyabuna phambi kwabo bonke utshani.
13. “Zinjalo izindlela zabo bonke abakhohlwa uNkulunkulu:ithemba longenaNkulunkulu liyakuchitheka;
14. ithemba lakhe liyakunqunywa,nesisekelo sakhe siyindlu yolwembu.
15. Uyakwencika endlini yakhe,kepha ayiyikuma;uyakubambelela kuyo,kepha ayiyikuqina.