Ujobe 42:15-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. Ezweni lonke akufunyanwanga abesifazane abahle njengamadodakazi kaJobe; uyise wabanika ifa phakathi kwabanewabo.

16. Emva kwalokho uJobe wayesekhona iminyaka eyikhulu namashumi amane, wabona amadodana akhe namadodana amadodana akhe kwaze kwaba yizizukulwane ezine.

17. Wafa-ke uJobe esemdala, esanelisiwe yizinsuku.

Ujobe 42