Ujobe 21:2-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. “Yizwani nokuzwa amazwi ami;lokhu makube yinduduzo evela kini.

3. Ngivumeleni ukuba nami ngikhulume;nalapho sengikhulumile, klolodani.

4. “Mina-ke, ukukhala kwami kungomuntu na?Ngingekhathazeke na?

Ujobe 21