Ujeremiya 49:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ngabantwana bakwa-Amoni. Usho kanje uJehova, uthi:“U-Israyeli kanamadodana,kanandlalifa, na?UMilkomu udleleni ifa likaGadi,abantu bakhe bahlale emizini yakhe, na?

2. Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova,“lapho ngiyakwenza ukuba kuhlatshwe umkhosi wempingeRaba labantwana bakwa-Amoni;liyakuba yincithakalo,imizi yalo ishiswe ngomlilo,u-Israyeli abeselidla ifa lowalidla elakhe,” usho uJehova.

Ujeremiya 49