Ujeremiya 29:26-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. ‘UJehova ukubeke umpristi esikhundleni sikaJehoyada umpristi ukuba nibe yizinduna zabo bonke abantu abahlanyayo nabaprofethayo endlini kaJehova ukuze ubafake esitokisini* nasemaketangeni;

27. manje awumsolanga ngani uJeremiya wase-Anathoti, oprofetha kini na?

28. Ngokuba ngalokho uthumile kithi eBabele, wathi: Kuse kude; yakhani izindlu, nihlale kuzo; tshalani amasimu, nidle izithelo zawo.’ ”

Ujeremiya 29