Ugenesise 40:21-23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

21. Wayibuyisela induna yabaphathizitsha esikhundleni sayo, waze wanikela indebe esandleni sikaFaro;

22. kepha wayiphanyeka induna yabaphekizinkwa, njengalokho ebebachazele uJosefa.

23. Nokho induna yabaphathizitsha ayamkhumbula uJosefa, yamkhohlwa.

Ugenesise 40