17. Kepha entabeni yaseSiyoni kuyakuba khona abasindayo,ibe ngcwele,nendlu yakwaJakobe iyakudla ifa layo.
18. Indlu yakwaJakobe iyakuba ngumlilo,indlu kaJosefa ibe yilangabi,indlu ka-Esawu ibe ngamabibi,bawashise, bawaqede;akuyikubakho oseleyo endlini ka-Esawu,”ngokuba uJehova ukhulumile.
19. Abaseningizimu bayakudla ifa lentaba yakwa-Esawu,nabasehlanzeni ifa lamaFilisti,badle ifa lezwe lakwa-Efrayimi nezwe laseSamariya,uBenjamini adle iGileyadi.
20. Abathunjwa bale mpi yabantwana bakwa-Israyeliabaphakathi kwamaKhanani kuze kube seSarefatinabathunjwa baseJerusalema abaseSefaradibayakudla ifa lemizi yaseningizimu.
21. Abasindisi bayakukhuphukela entabeni yaseSiyoniukuyakwahlulela intaba yakwa-Esawu,umbuso besewuba ngokaJehova.