U-Isaya 45:4-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Ngenxa yenceku yami uJakobe,u-Israyeli okhethiweyo wami,ngikubizile ngegama lakho,ngikunikile igama lodumo, ungakangazi.

5. Mina nginguJehova, akakho omunye;ngaphandle kwami akakho uNkulunkulu;ngiyakubhincisa ungakangazi,

6. ukuze bazi kusukela empumalanga nasentshonalangaukuthi akakho ngaphandle kwami;mina nginguJehova, akakho omunye;

U-Isaya 45