U-Isaya 25:10-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. Ngokuba kule ntaba isandla sikaJehova siyakuphumula,noMowabi uyakunyathelwa phansi endaweni yakhenjengotshani bunyathelwa emgodini womquba.

11. Noma elula izandla zakhe phakathi kwawonjengohlambayo elula ukuba ahlambe,uyakuthobisa ukuziphakamisa kwakhekanye nobuhlakani bezandla zakhe.

12. Izinqaba eziphakemeyo zezingange zakhouyakuzibhidliza, azithobise,azenze ukuba zithintane nomhlabathi nothuli.

U-Isaya 25