45. Esezwile enduneni yekhulu wamnika uJosefa isidumbu.
46. Wathenga indwangu enhle, wamehlisa, wamsonga ngaleyo ndwangu, wambeka ethuneni elaliqoshwe edwaleni, wagingqela itshe emnyango wethuna.
47. OMariya Magdalena noMariya unina kaJose babona lapho abekwa khona.