Ngokukamarku 11:9-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. Ababehamba phambili nababelandela bamemeza bathi:“Hosiyana!Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi.

10. Ubusisiwe umbuso ozayo kababa uDavide.Hosiyana kweliphezulu!”

11. UJesu wangena eJerusalema, waya ethempelini; esekubukile konke waphuma, sekuhlwile, waya eBethaniya kanye nabayishumi nambili.

12. Ngangomuso ekuphumeni kwabo eBethaniya walamba.

Ngokukamarku 11