Ngokukaluka 24:21-23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

21. Thina-ke besethemba ukuthi nguye ozakuhlenga u-Israyeli; kodwa phezu kwalokho konke sekulusuku lwesithathu lezo zinto zenzekile.

22. Futhi nabesifazane abathile bakithi basethusile, ababeyile ethuneni ekuseni;

23. kuthe bengasifumani isidumbu sakhe, bafika bathi babone nombono wezingelosi ezithi uyaphila.

Ngokukaluka 24