Ngokukaluka 2:29-34 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. “Sale usumukisa ngokuthula inceku yakho,Somandla, njengezwi lakho,

30. ngokuba amehlo ami abonile insindiso yakho

31. oyilungisele ebusweni babantu bonke,

32. ukukhanya kokwambulela abezizwenenkazimulo yesizwe sakho u-Israyeli.”

33. Uyise nonina bamangala ngalokho okukhulunywa ngaye.

34. USimeyoni wababusisa, wathi kuMariya unina: “Bheka, lo umiselwe ukuwa nokuvuka kwabaningi ku-Israyeli, nesibonakaliso esiphikwayo --

Ngokukaluka 2