Ngokukaluka 15:26-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Yabiza omunye wabafana, yabuza ukuthi kwenze njani lokho.

27. Wathi kuyo: ‘Kufike umfowenu; uyihlo wahlaba ithole elikhuluphalisiweyo, ngokuba ubuye wamthola ephilile.’

28. “Kepha yathukuthela, kayivumanga ukungena; uyise wayesephuma, wayincenga.

29. Kodwa yaphendula, yathi kuyise: ‘Bheka, iminyaka engaka ngikukhonzile; angizange ngeqe umyalo wakho, kepha mina awuzange ungiphe nazinyane lembuzi ukuba ngijabule nabahlobo bami,

Ngokukaluka 15