Ngokukaluka 1:36-39 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

36. Bheka, u-Elisabethe isihlobo sakho naye ukhulelwe indodana esemdala; lena ngeyesithupha yakhe obethiwa inyumba.

37. Ngokuba akukho lutho olungenzeke kuNkulunkulu.”

38. UMariya wathi: “Bheka, ngiyincekukazi yeNkosi; akube kimi njengezwi lakho.” Ingelosi yamuka kuye.

39. Ngalezo zinsuku uMariya wasuka waya ngokushesha kwelezintaba emzini wakwaJuda.

Ngokukaluka 1