Ngokukajohane 7:51-53 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

51. “Konje umthetho wakithi uyamlahla yini umuntu ungakamuzwa kuqala, uze wazi akwenzayo, na?”

52. Baphendula, bathi kuye: “Kanti nawe ungowaseGalile na? Phenyisisa, ubone ukuthi akuveli mprofethi eGalile.”

53. Base behamba, kwaba yilowo nalowo waya ekhaya.

Ngokukajohane 7