Ngokukajohane 6:2-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. Samlandela isixuku esikhulu, ngokuba babebona izibonakaliso azenzayo kwabagulayo.

3. UJesu wenyukela entabeni, wahlala phansi khona nabafundi bakhe.

4. Laliseduze iPhasika, umkhosi wabaJuda.

Ngokukajohane 6