Ngokukajohane 20:28-30 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

28. UTomase waphendula, wathi kuye: “Nkosi yami, Nkulunkulu wami!”

29. UJesu wathi kuye: “Ngokuba ungibonile, ukholiwe na? Babusisiwe abakholwa bengabonanga.”

30. Izibonakaliso ezinye eziningi uJesu wazenza phambi kwabafundi bakhe, ezingalotshiwe kule ncwadi.

Ngokukajohane 20