Ngokukajohane 19:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UPilatu wayesemthatha uJesu, wamshaya.

2. Amabutho aluka umqhele wameva awufaka ekhanda lakhe, amembathisa ingubo ebubende;

3. aya kuye, athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Ammukula.

Ngokukajohane 19