Ngokukajohane 11:41-43 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

41. Balisusa-ke itshe. Kepha uJesu waphakamisa amehlo, wathi: “Baba, ngiyakubonga ngokuba ungizwile.

42. Bengazi mina ukuthi ungizwa njalo, kodwa ngenxa yesixuku esingiphahlileyo ngishilo lokho, ukuze bakholwe ukuthi nguwena ongithumileyo.”

43. Esekhulume lokho wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Lazaru, phuma.”

Ngokukajohane 11