Kwabaseroma 12:18-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

18. uma kungenzeka, ngokwenu hlalisanani ngokuthula nabantu bonke;

19. ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.

20. Kepha:“Uma isitha sakho silambile, siphe sidle;uma somile, siphuzise,ngokuba ngokwenza lokhouyakube ufumbela amalahle avuthayo ekhanda laso.”

21. Unganqotshwa ngokubi, kodwa nqoba okubi ngokuhle.

Kwabaseroma 12