Izenzo 23:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. UPawulu wayesegqolozela umphakathi, wathi: “Madoda, bazalwane, mina ngihambile phambi kukaNkulunkulu nginonembeza wonke omuhle kuze kube namuhla.”

2. Kepha umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi khona ukuba bamshaye umlomo.

Izenzo 23