Izenzo 12:22-24 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

22. Abantu bamemeza bathi: “Yizwi likaNkulunkulu, akusilo elomuntu.”

23. Kepha ingelosi yeNkosi yamshaya khona lapho, ngokuba enganikanga uNkulunkulu udumo; wadliwa yizimpethu, wafa.

24. Kodwa izwi likaNkulunkulu lakhula, landa.

Izenzo 12