Izaga 27:5-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. Ukusola okusobala kungconokunothando olufihliweyo.

6. Amanxeba othandayo athembekile,kepha ukwanga kwesitha kuyachichima.

7. Umphefumulo osuthiyo uyanengwa yizinyosi,kepha emphefumulweni olambileyo konke okubabayo kumnandi.

8. Njengenyoni esuka ibaleka esidlekeni sayo,unjalo umuntu obalekele indawo yakhe.

Izaga 27