Izaga 22:19-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Ukuba ithemba lakho libe kuJehova,ngikwazisile khona namuhla,yebo, wena.

20. Angithi ngilobile kuwe nangaphambilingeziluleko nangokwazi,

21. ukuze ngikwazise ukuthembeka kwamazwi eqinisoukuba ubuyisele kwabakuthumileyo amazwi eqiniso, na?

Izaga 22