Izaga 16:26-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Iphango lesisebenzi liyasisebenzela,ngokuba umlomo waso uyasiqhuba.

27. Umuntu omubi uphanda okubi,nasezindebeni zakhe kunjengomlilo ohlangulayo.

28. Umuntu ophambeneyo usakaza ukuxabana,nomncethezi wahlukanisa abahlobo.

Izaga 16