5. Ukulunga kopheleleyo kuqondisa indlela yakhe,kepha omubi uyakuwa ngobubi bakhe.
6. Ukulunga kwabaqotho kuyabophula,kepha abambuluzayo babanjwa ezifisweni zabo.
7. Akwethembayo umuntu omubi kuyaphela ekufeni kwakhe,nethemba lobubi liyabhubha.
8. Olungileyo uyakhululwa osizini,kepha omubi ungena esikhundleni sakhe.