Izaga 1:3-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. nokwamukela ukulaywa kube ngukuhlakanipha,nokulunga, nokwahlulela, neqiniso,

4. nokunika abangenalwazi ukuhlakanipha,nezinsizwa ukwazi namasu,

5. ukuze ohlakaniphileyo ezwe,aqhubeke ekufundeni,noqondileyo athole iziluleko ezinhle

Izaga 1