11. Ngokuba uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe,zikulondoloze ezindleleni zakho zonke.
12. Ziyakukuthwala ngezandla,ungaqhuzuki ngonyawo lwakho etsheni.
13. Uyakunyathela ingonyama nebululu,unyathele phansi ibhongo lengonyama nodrako.*
14. Ngenxa yokuba enamathele kimi, ngakho ngiyamkhulula;ngiyamphakamisa ngokuba elazi igama lami.