Amahubo 89:37-41 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

37. Iyakuma phakade njengenyangananjengofakazi othembekileyo osemafwini.” Sela*

38. Kepha usumlahlile, wamala,wamthukuthelela ogcotshiweyo wakho.

39. Uchithile isivumelwano senceku yakho,wadumaza umqhele wayo, wawuphonsa emhlabathini.

40. Udilizile zonke izindonga zakhe,wazenza izinqaba zakhe zaba yincithakalo.

41. Bonke abadlula ngendlela bayamphanga;waba yihlazo kwabakhelene naye.

Amahubo 89