Amahubo 78:25-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

25. abantu badla isinkwa sezingelosi,bathunyelwa ukudla ngokugcweleyo.

26. Waphumisa umoya wasempumalanga ezulwini;ngamandla akhe waqhuba umoya waseningizimu.

27. Wawisa phezu kwabo inyama njengothuli,nezinyoni ezinamaphiko njengesihlabathi solwandle.

28. Wakwehlisa phakathi kwekamu* labo naphakathi kwezindlu zabo.

Amahubo 78