3. Ngiyamkhumbula uNkulunkulu ngibubula;ngiyazindla, umoya wami uyaphela amandla. Sela*
4. Uzibambile izinkophe zamehlo ami, angavaleki;ngikhathazekile,angisakwazi ukukhuluma.
5. Ngiyazindla ngezinsuku zasendulo,ngeminyaka yaphakade.
6. Ebusuku ngiyakhumbula ukubetha kwami ugubhu,ngizindla enhliziyweni yami;nomoya wami uyahlolisisa.
7. INkosi iyakulahla kuze kube phakade na?Ayisenakuphinda ibe nomusa na?