Amahubo 77:14-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

14. Wena unguNkulunkulu owenza izimangaliso;amandla akho uwazisile ezizweni.

15. Ngengalo yamandla wasindisa abantu bakho,amadodana kaJakobe noJosefa. Sela*

16. Amanzi akubona, Nkulunkulu,amanzi akubona, athuthumela,nezintwa zazamazama.

17. Amafu athela amanzi,izulu laduma,imicibisholo yakho yaphuma.

Amahubo 77