Amahubo 67:4-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Izizwe mazijabule, zethabe;ngokuba izizwe uzahlulela ngokulunga,uzihola izizwe emhlabeni. Sela*

5. Abantu mabakubonge, Nkulunkulu;mabakubonge abantu bonke.

6. Umhlaba uthelile izithelo zawo;uNkulunkulu, uNkulunkulu wethu, uyasibusisa.

Amahubo 67