Amahubo 62:9-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

9. Abantwana babantu bangumoya nje,abantwana bezikhulu bangamanga;esilinganisweni bayakhuphuka,balula kunomoya bonke.

10. Maningakwethembi ukuqhwaga,ningazigabisi ngokuphangiweyo;uma imfuyo yanda,ningayibeki inhliziyo kuyo.

11. UNkulunkulu ukhulumile kanye,ngikuzwe kabiliukuthi amandla angakaNkulunkulu.

12. Nomusa ungowakho, Nkosi;ngokuba wena umphindisela umuntunjengokwenza kwakhe.

Amahubo 62