4. Ngiyakukhumbula lokhu,ngithulule umphefumulo wami phakathi kwami,njengalokho ngangihamba esixukwini ngiya naso endlini kaNkulunkulungenhlokomo yokwethaba nokubonga,ibandla ligubha umkhosi.
5. Yini ukuba udangale,mphefumulo wami,uyaluze phakathi kwami, na?Methembe uNkulunkulu,ngokuba ngisezakumdumisangokusindisa kobuso bakhe.
6. Nkulunkulu wami,umphefumulo wami udangele phakathi kwami;ngakho-ke ngikhumbula wena ezweni laseJordani,nakwelamaHermoni,nasentabeni yaseMisari.