Amahubo 41:3-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. UJehova uyakumphasa ecansini egula;wena uyakuguqula ukhukho lwakhe ekuguleni kwakhe.

4. Mina ngithi: “Jehova, ngihawukele,uphulukise umphefumulo wami, ngokuba ngonile kuwe.”

5. Izitha zami zikhuluma okubi ngami, zithi:“Uzakufa nini, igama lakhe lichitheke, na?”

Amahubo 41