Amahubo 24:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo,izwe nabakhileyo kulo.

2. Ngokuba yena wawusekela phezu kwezilwandle,wawumisa phezu kwemifula.

Amahubo 24