Amahubo 18:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ngiyakuthanda, Jehova,mandla ami.

2. Jehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomkhululi wami;uNkulunkulu wami uyidwala lami engiphephela kulo,nesihlangu sami,nophondo lokusindiswa kwami,inqaba yami ephakemeyo.

3. Ngiyamemeza kuJehova odumisekayo,ngisindiswe ezitheni zami.

Amahubo 18