Amahubo 148:4-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Mdumiseni nina mazulu amazulu,nina manzi aphezu kwezulu.

5. Makuthathe kudumise igama likaJehova,ngokuba wayaleza, kwadaleka.

6. Futhi wakumisa kuze kube phakade;washaya umthetho ongenakweqiwa.

Amahubo 148