Amahubo 136:11-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

11. owamkhipha u-Israyeli phakathi kwabo,ngokuba umusa wakhe umi phakade;

12. ngesandla esinamandla nangengalo eyeluliweyo,ngokuba umusa wakhe umi phakade;

13. owahlukanisa kabili uLwandle Olubomvu,ngokuba umusa wakhe umi phakade;

14. owawelisa u-Israyeli phakathi kwalo,ngokuba umusa wakhe umi phakade;

Amahubo 136