Amahubo 136:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Bongani uJehova, ngokuba muhle,ngokuba umusa wakhe umi phakade.

2. Bongani uNkulunkulu wawonkulunkulu,ngokuba umusa wakhe umi phakade.

3. Bongani iNkosi yamakhosi,ngokuba umusa wayo umi phakade;

Amahubo 136