Amahubo 135:2-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. enimi endlini kaJehovaemagcekeni endlu kaNkulunkulu wethu.

3. Dumisani uJehova,ngokuba uJehova muhle;hubelani igama lakhe,ngokuba limnandi.

4. Ngokuba uJehova uzikhethele uJakobe,no-Israyeli ukuba abe yimfuyo yakhe.

5. Impela ngiyazi ukuthi uJehova mkhulunokuthi iNkosi yethu iphezu kwabo bonke onkulunkulu.

Amahubo 135