Amahubo 128:4-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Ngokuba bheka,kanjalo iyakubusiswa indodaemesabayo uJehova.

5. UJehova makakubusise eseSiyoni;uyakubona inhlanhla yaseJerusalemazonke izinsuku zokuphila kwakho.

6. Uyakubona abantwana babantwana bakho.Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.

Amahubo 128