Amahubo 119:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Babusisiwe abaqotho endleleni,abahamba ngemithetho kaJehova.

2. Babusisiwe abagcina ubufakazi bakhe,abamfuna ngenhliziyo yonke,

3. abangenzi ukungalungi,kepha behamba ezindleleni zakhe;

4. wena usiyalezileukuba sizigcine ngokwempela.

Amahubo 119