Amahubo 106:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Haleluya!Bongani uJehova, ngokuba muhle,ngokuba umusa wakhe umi phakade.

2. Ngubani ongalanda izenzo zamandla zikaJehova,azwakalise lonke udumo lwakhe, na?

Amahubo 106