Abahluleli 5:19-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. “Amakhosi afika alwa,alwa amakhosi aseKhananieThahanaki ngasemanzini aseMegido;awathathanga nzuzo yamali.

20. Kwaliwa ezulwini;izinkanyezi ezindleleni zazo zalwa noSisera.

21. Umfudlana iKishoni wabakhukhula,umfudlana wamandulo, umfudlana iKishoni.Awu, mphefumulo wami, nyathela ngamandla.

Abahluleli 5