2 Usamuweli 19:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwabikelwa uJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, imlilela u-Abisalomu.”

2. Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubantu bonke, ngokuba abantu bezwa kwathiwa ngalolo suku: “Inkosi idabukile ngendodana yayo.”

2 Usamuweli 19